- Abanye Bayombona
Abanye bayombona abanye bofis'ukumbona
Abanye bothethelelwa izono zabo
Zihlanjululwe zihlanjululwe
Zihlanjululwe nguwe Baba
Abanye bayombona abanye bofis'ukumbona
Abanye bothethelelwa izono zabo
Zihlanjululwe zihlanjululwe
Zihlanjululwe nguwe Baba
- Dila Nabo Nkosi
(Khuluma Jesu wami) Khuluma nami Jesu wami
(Khuluma Nkosi yami) Khuluma nami Nkosi yami
(Khuluma Jesu wami) Ngenze baba ngikusebenzele
(Khuluma Jesu wami) Khuluma nami Jesu wami
(Khuluma Nkosi yami) Khuluma nami Nkosi yami
(Khuluma Jesu wami) Ngenze baba ngikusebenzele
Ziningi izinto kulomhlaba
Ezizama ukungiginqa
- Imvuselelo
Phezu kwentaba (Phezu kwentaba)
Phezu kwentaba (Phansi kwamafu)
Phansi kwamafu (Ebukhosini)
Ebukhosini (Ake nibheke)
Ake nibheke (Sesilindele)
Sesilindele (Sithandazela)
Sithandazela (Imvuselelo)
Imvuselelo (Enkulu iyeza)
- Mangihamba
Mangithi ngisahamba emhlabeni
Ngahlalel’ ithuna lami na
Njengembali eqhakaza namhla
Nakusasa izibukeka
Ngokunjalo ungizungu ukufa
Ngangise musha ngingekabi nje
Ezulwini sobonana futhi
Zonke insizi seziphelela
- Nansi Le Nqola
Nansi Baba lenqola
Nansi Nkosi im'emnyango
Bangaphi nah
Abahambayo
WeJesu nansi lenqola
Nansi im'emnyango
Bangaphi nah
Abahambayo
- Nzulu Yemfihlakalo
Nzulu yemfihlakalo
Nzulu yesimanga
Ezalise umhlaba
Nesibhakabhaka
Lenzulu yesimanga
Ngokathix'unyana
Oweza ebantwini
Ngokuba sindisa
- Siyakhothama
Umelwe ukudunyiswa yizizwe zonke
Kuwo wonke la magumbi amane omhlaba
Nguwe wedwa lo Thixo wasemandulo
Wawukhona ekuqaleni Baba
Namanje ungusewuye
Igama lakho linguThixo (Gama lakho)
Ungumdali wezulu nomhlaba (Unngumdali)
Ungumadida indoda engaziwa (UnguJehova)
- Udlalile Ngabantu
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu wena (Yekela ukudlala ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Musukudlala ngabantu(Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Yekela ukudlala ngabantu)
Kumele ngiyisebenzele imihla yami
Ngisasemhlabeni hihi himmm
- Uma Kungenxa
Mhh uma kungenxa (Uma kungenxa yobubi bam)
(Noma kungenxa yezono zami)
Mthethelele weJehova (Mkhulule ahambe baba unbengenacala)
Noma kungenxa yokubi kwami (Uma kungenxa yokona kwam)
Noma kungenxa yezono (Noma kungenxa yenkohlakalo yami)
Mthethelele baba (Mkhulule ahambe baba unbengakaboni)
Hayayi baba uphukile umphefumlo wami
Ibuzwile ubuhlungu inhliziyo yami